Ilabatheka umuthi

Ilabatheka umuthi uyaqguma ngalo izinsuku ezintathu, ngosuku lika 4 uphazale ngalo ngaphandle komuzi, ulitshele ukuthi owenza olubi kuwena akabonakale ngombala, ilabatheka yi african potato lenza okuningi, lelapha ngisho izinkinga zamadoda embhedeni.

Ngenile Nzuza Sanibonani layikhaya ngicela ukubuza ukthi kuchazani ukushawa uvalo Kube ngthi luphuma ngomlomo kuvaleke ukuphefumula inhlinziyo Kube ngathi iyadabuka ngiqhaqhazele ngenwe amakhaza ngthi ngakhala cela usizo ngiyashona

Uvalo olungapheli

Ukushawa uvalo olungapheli? Kungenzeka kukhona okuthakathayo, kungenzeka kukhona okuhamba kahle umzimba uyakutshela, Ake sithake umuthi wokuqeda uvalo olwenzeka uma izulu liduma. Ukusaba izulu kuhle kodwa akumele uze ubaleke ekhaya, uze ungalali. Uphalaza izinsuku eziyisikhombisa, ukhulume usho okushoyo.
Zula-ayithole / zulazayithole isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokuqonywa. Umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuthola okulahlekile. Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwisikhafulo. Usetshenziswa emithini ye business.
UMphamephuce isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuqonywa. Uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokuhloniswa nowesikhundla. Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwisibango, uyaphalaza, uyageza, uyafutha ngawo.


Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?